Qwabe Twins – Laba Bantu
Genre Pop

LYRIC
Laba Bantu

Feat. Dj Tira, Ntencane

IntroNtencane:

[Kudala bekhuluma labo
[Kudala bekhuluma labo
[Kudala bekhuluma labo
[Kudala bekhuluma labo]

CoroQwabe Twins:

Hhawu hho, lo, lo, banjani laba bantu?
Hhawu ye, le, le, banjani laba bantu?
Oh yeah
They willl be like:
Ng'thandana nebhinca
Ng'thandana nomkhaya
Tell me, do you get to choose your lover?
Tell me, do you get to choose your lover?
Hhawu hho, lo, lo, banjani laba bantu?
Hhawu ye, le, le banjani laba bantu?
Oh yeah
They willl be like:
Ng'thandana nebhinca
Ng'thandana nomkhaya
Tell me, do you get to choose your lover?
Tell me, do you get to choose your lover?
Hhawu hho, lo, lo

Ntencane [Dj Tira]:

Musa ukunaka abantu
Bafakana enkingeni, hhayi bo
Futhi uma ungaphika nabo
Ungagcina ungathandani namuntu
Musa ukunaka abantu
Bafakana еnkingeni, hhayi bo
Futhi uma ungaphika nabo [Sangena sesikеkela
Ungagcina ungathandani namuntu

Dj Tira:

Woza, sho, woza
Hhawu thatha umalume, sithandwa sami
Hhawu love and tender care, sivale ngo kiss
Hhawu sithenge i-double storey, ikhalandaba [ikhalandaba
Woza, sho, woza
Hhawu thatha umalume, sithandwa sami
Hhawu love and tender care, sivale ngo kiss
Hhawu sithenge i-double storey, ikhalandaba [ikhalandaba]

Ntencane:

Angithi uthando
Into yokujabulisa inhliziyo lena
Njengoba isizikhethele lona
Ungabanaki ondaba
Angithi uthando
Into yokujabulisa inhliziyo lena
Njengoba isizikhethele lona
Ungabanaki ondaba

CoroQwabe Twins:

Hhawu hho, lo, lo, banjani laba bantu?
Hhawu ye, le, le, banjani laba bantu?
Oh yeah
They willl be like:
Ng'thandana nebhinca
Ng'thandana nomkhaya
Tell me, do you get to choose your lover?
Tell me, do you get to choose your lover?
Hhawu hho, lo, lo, banjani laba bantu?
Hhawu ye, le, le banjani laba bantu?
Oh yeah
They willl be like:
Ng'thandana nebhinca
Ng'thandana nomkhaya
Tell me, do you get to choose your lover?
Tell me, do you get to choose your lover?
Hhawu hho, lo, lo

Ntencane:

Love, sohlukaniswa ukufa
Sithandwa sami hhowu
Bayeke bakhulume konke
Love, sohlukaniswa ukufa
Sithandwa sami hhowu
Bayeke bakhulume konke

Ntencane:

Angithi uthando
Into yokujabulisa inhliziyo lena
Njengoba isizikhethele lona
Ungabanaki ondaba
Angithi uthando
Into yokujabulisa inhliziyo lena
Njengoba isizikhethele lona
Ungabanaki ondaba

Outro: Ntencane:

[Kudala bekhuluma labo
[Kudala bekhuluma labo
[Kudala bekhuluma labo
[Kudala bekhuluma labo]

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *